Latest Entries »

Uhambo lwethu




AmaMbatha Annual Heritage celebration will be at eNgudwini eShowe on the 23rd September 2018. All those who are members of this Clan and their descendants are welcomed including abashana and other relatives.


Mbathastan's Blog

This was a watershed Conference of AmaMbatha Clan at Durban in 2012. Many important resolutions were taken, some were implemented and some were not.

View original post

Izithombe


Ixoxwa ngezithombe


Lezi yizithombe zama Mbatha ezithathiwe ezindaweni ezehlukene lapho bekuhlangenwe khona.

Mbude ka Mbudlele


Ngezi 31 Ndasa 2015 sike savakashela UNdaba u Ezrom Ka Ukhozi ka Mantshayizindlu ka ZWANYANA ka Mbude ka Mbudlele eMeadowlands.

Sifike bephelele nomndeni belungiselela ukuya emakhaya. Bekukhona ne Ndodana yakhe uSiyabonga kanye nomfowabo uMphumzeni namadodakazi.

Kube yinjabulo enkulu kithi futhi sifunde okuningi ngendlu ka Mbude ka Mbudlele wasema Mbatheni.

Isizwe


+2774 669 8455
+2773 561 4949
Amambatha Heritage Society
(Preserving our African Heritage)


http://drum.co.za/news/who-is-queen-zola-mafu/

We introduce Queen Zola Mafu the 6th wife of His Royal Majesty king Goodwill Zwelithini the reigning Zulu Monarch.


http://www.kzncogta.gov.za/Newsroom/LatestEvents/2014/InstallationofInkosiMadubulaMbatha31October.aspx

Ngezi 31 October 2014 Isilo Goodwill Zwelithini ugcine Inkosi Madubula Mbatha ngokusemthethweni eKingsley Grounds eNcome. Isilo besihambisana no Nkosikazi Nomsa Dube-Ncube ophethe I Cooperative Governance and Traditional Affairs esifundeni sakwa Zulu-Natal.

Kwabebethamele lomcimbi abaholi be Amambatha Heritage Society (AHS) kanye neNduna yamaMbatha eGoli ubaba uShalazile Mbatha naye obefike nethimba lakhe.
Kujatshuliwe kwadliwa nemnyama kwazise beziyisithupha izinkomo ebezihlatshiwe kulomcimbi. Angisayiphathi keep eyemvunulo beyiyikazela bulili bonke.

Stanley Mbatha
+27 74 669 8455